KhozaMsuthu

KhozaMsuthu Technology yoKhokho 🧙‍♀️Mkhulu🧙‍♂️

16/06/2024
Kuyahlaleka ❤️futhi Kuya phileka edlozini❤️
23/05/2024

Kuyahlaleka ❤️futhi Kuya phileka edlozini❤️

Be aware ukuthi uvuke nezibazi ongazazi ulinyazwe yin ebusuku...kusuke kuyisilwane and sisuke sesi powerful ngempela mas...
08/06/2023

Be aware ukuthi uvuke nezibazi ongazazi ulinyazwe yin ebusuku...kusuke kuyisilwane and sisuke sesi powerful ngempela masesinje

11/05/2023

🙏Angikhulekele mcebo weGolide neSiliva engingawu sebenzelanga Nkosi..🙏.khepha ngikhulekela ukuthi imizamo yam mayibonakale manje kuweBaba🙏

Idlozi🐚 alikho enkomeni🐂 liseMntwini🙏  Technology yoKhokho 👴🏾🧓🏿
10/05/2023

Idlozi🐚 alikho enkomeni🐂 liseMntwini🙏

Technology yoKhokho 👴🏾🧓🏿

01/03/2023
10/02/2023

Amen 🙏...

Ningakhohliswa abantu ...asali izikhathi esiphila kuzo ziyash*tsha Kodwa kufake ekhanda ukuthi kunezinto ezingeke zash*tsha emasikweni ethu..amanye amasiko ungawash*tsha kancane kodwa khona ayohlezi emile engaguquki..

Ngakho Musa ukuzikhohlisa ngeskhathi osuphila kuso ngoba ubalekel usiko lwakini.....especially wena Ndl'emnyama niyawabalekela amasiko...

Kanti amasiko abalulekile.....azoku guide impilo ekumele uyiphile mawufuna ukuphumelela ubambisene noKhokhomkhulu bakho..ngoba awuyilutho ngaphandle kwabo...ukuphila kwakho,inhlanhla yakho kanye nokuvikeleka kwakho kulele ezandleni zabo

10/02/2023

Ekseni kusile ....

Uthi umthandazo wanamhlanje "Isithasakho esikhulu inhliziyo yakho"..mawufuna ukuphila okunoku thula lungisa inhliziyo 🙏

Kunini manje❣
23/12/2022

Kunini manje❣

Address

Word 18. . . . . . House No. 5560
Osizweni
5560

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KhozaMsuthu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to KhozaMsuthu:

Share

Category