Bongani Iciko Lesintu SA

Bongani Iciko Lesintu SA Umdali wangidalela ukududuza ngenkondlo

23/04/2024

Khumbula

12/08/2023

Angihlekanga kanje eclinic kuthiwa kwi Slender Breath in kwaqathaka isketi🤔

11/08/2023

Señgbuyile nezindaba ezimnanjana😊

Khona enginihlelela khona😊

28/07/2023

Game on bangan Bami❤️😊

Ksasa eDuduza ngzobe ngingangozulu eyempini❤️

@

23/07/2023

"Wafela izono zethu, gwiqiqi sizoya esihogweni ngenxa yezono zethu"
Kahle hle wafelani ubhutiza?
🙄🤔😦

23/07/2023

"Wee shembe 😲😲" 🙆🙆

Kusho u Sne iGqe🍑isigwinye insipho yokugeza.

23/07/2023

Uthi uyangena olwandle uzwe nge voice ithi thokoza gogo usufikile.😏😏

23/07/2023

Manje mawuthi iphara alikuzamele ifoni 🤔 uthi alikuzamele ekabani 😏

23/07/2023

Syavuma Impilo Inzima Kodwa Usungaze Ufunde uGrade 11 Ngo 2023😐

Asihlanganeni khona Lana ngezi 29 July
23/07/2023

Asihlanganeni khona Lana ngezi 29 July

KunzimaIsikhona ku WhatsApp lenkondlo ngi text 0607694213
16/07/2023

Kunzima
Isikhona ku WhatsApp lenkondlo ngi text
0607694213

05/05/2023

Covid 19

Kunzima lapho sikhona
Kodwa kunzima kancono
Ukunalapho esiphuma khona
Like lavalwa izwe
Yasho ukusiqeda inkemane

S**e saphucwa amalungelo
Imiphefumulo yabafowethu
Yathathwa ngokusemthethweni
Ithathwa yingalo yomthetho
Amavikelambuso abanamalungelo
Okuzithathela umthetho ngezandla

Ungafisi ukubuyela lapho esibuya khona
Jabulela ukuba lapho ukhona
S**e saphila ngesamfonyo
Singavumelekile nokuyovakashela
ezethu izihlobo
S**e savalelwa izwe
Savalelwa nasezindlini

Watholakala ngaphandle zikukhalela
Indlala amathumbu esikhalela
Indlala isihlanganyela nezitha
Kwaze kwacasuka uZulu zakhala
Kwatapa ngisho nongaswele
Eminye imiphefumulo yasala emtapeni
Eminye yaswela namabhokisi emakhazeni

Ngoba zazibuya lapho sibuya khona
Khona nababetapa ngisho namabhokisi
Bezihlelela imigcwabo enokuthula
Kweminye imingcwabo kwakungcwaba abomndeni
Endaweni thizeni
Osibanibani base besimbele amathuna
Ngamandla kankulunkulu
Emkhulu sakhululeka saphila
Kamnandi impilo yaqhubeka
Saze sakhohlwa.....
.......

Address

P. O. Box 162, Tugela Ferry
Msinga
3010

Telephone

+27607694213

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bongani Iciko Lesintu SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Bongani Iciko Lesintu SA:

Share

Category