Bhudukeza

Bhudukeza Udumo luyasetshenzelwa

20/06/2026

yonke into ezo postwa kule page ukusuka manje koba kuyimina umnikazi walo Sabelo waka Cele owaziwa ngelika bhudukeza ngakithi angisafune muntu ozongkhulumisa ngendaba ka Facebook sekwanele manje onenkinga afusege ke umunt uyoncengwa kubo ai yimi

20/06/2026

ekgcineni ngimnqobile lo sathane obencolisa leli page nami ngibuhlungu ngamanye ama post abhebhalwa kule page lapho angazi lutho mina ngiyaxolisa bafw2 abebethinteka especial laba base khaya komama angsoze ngaba islima mina ngi post udoti ngabant bakwethu izitha zami ngozehlula njalo mazisabhayiza kanje ucabang ukuthi ungavala indlela zami ngo Facebook int okweyami mina koba eyami futhi okungesiyo aksiyo eyami yobonakala futh okunyeke futh ngiza kancane ngigibele ufudu noze nibone nani 🤞

12/06/2026

ai mina nge side lami ngizamile futh ngyavuma ngihlulekile impela sebeyongixolela abangazi

11/06/2026

Ngidumele ngidumele intombi yomfana ebithenjiwe iyajola manje
isithanda emagcineni

bathi isiqome umalundi bathi ijola no mahlalela
wena ntombi uyinyamazane yini nyamazane int ehlale ehlathini 🎤🎧🎤🎧

10/06/2026

Nakulonyaka futh 🙊🥲🙈

09/06/2026

Ngiyagodola Cthandwa Sami ngabe ukuphi we Nomathemba ngiyagodola Cthandwa wobuye uze kimi

We Nomathemba ungilahleleni
ngoba isivumelwano sethu wasphula ngathola Ukuth usujola nomalunde

wobuya uze kimi noma ungabuya usunjani ngiyokuxolela 🎤🎧🎧🎤🎤

S**a ikhona kodwa esayoke isho kanje kulamabhimbi enu aculela TikTok

a

09/06/2026

Ngimangazwa Ukuth kuthiw umtaka mame uyenyanya

07/06/2026

Nomuzi wakithi abant abawuhloniphi ngisho ifebe zifundela khona ukuhlakanipha yey nina aksu umuzi wokudlala lona

Nalo mthakashana osezans kwe ngadi yakith naye akaybekile phansi uchitha kwasani okuth mina ne Rama nayo alyibekille pha...
06/06/2026

Nalo mthakashana osezans kwe ngadi yakith naye akaybekile phansi uchitha kwasani okuth mina ne Rama nayo alyibekille phansi shame bandla isiwu clever nayo shwele nkosi uzube nami 🙏🙏

owesfazane akaneli wehlula unkulunkulu
05/06/2026

owesfazane akaneli wehlula unkulunkulu

Address

Jeppe Street
Johannesburg

Telephone

+27712116307

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bhudukeza posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category