Nxumalo mncedisi # hlonipha umuntu wesfazane

Nxumalo mncedisi # hlonipha umuntu wesfazane stop women abuse. abangshawa ..abangabulawa

31/03/2022

Ukuwa komuntu phansi akusho ukuth ngke esavuka meaning ungmthathi kancan omunye umunt ngenxa yesibo abheken naso... thnk u

Ngmthanda ngnhiziyo yami yonke
03/01/2022

Ngmthanda ngnhiziyo yami yonke

03/01/2022

Ungathathi izinqumo ezinzima ngnxa yezinto ozizwa ngbantu...abatu abayifuni into enhle

21/09/2021

Uthando lokudlala linobungozi phakathi ngba omunye ugcine esethanda kwangempela niyiqaphele leyonto plz

02/06/2021

Umuntu uyahlonishwa noma ngbe ubukeka ephansi ngaluphi uhlobo...plz respect ather people

13/03/2021

Ungalinge uzwise umuntu ubuhlungu ngba awazi ikusasa likuphatheleni

02/03/2021

Ngifisa n**i ukuthi uJehova muhle nangosuku lwenhlupheko

10/09/2020

Sisamile nje bafoweth ekutheni abantu besfazane bengahlukunyezwa bt asibanekeni uthando oluhambisana nenhlonipho

06/08/2020

Impumelelo yakho isezandleni zakho ungezwa ngabantu bekukhohlisa bethi ngke ulungelwe ilutho.....lwela impumelelo

24/07/2020

Usuze washintsha impilo oyiphilayo ngba wenzela abantu.....

Kazi uyofikaphi ngkwenzela abantu

12/07/2020

Ungahlali nomuntu okubuyisela emuva... akakukhuthazi wazi ukugxeka nje uma wenze into umqaphele lowo muntu

06/07/2020

Ungabambeleli entweni oyibonayo ukuth ayikusizi ngalutho..shintsha ukwenza kwakho

Address

Pinetown, Kwazulu Natal
Ethekwini
3610

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nxumalo mncedisi # hlonipha umuntu wesfazane posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Nxumalo mncedisi # hlonipha umuntu wesfazane:

Share

Category