11/09/2025
Ngiwumuntu onothando kwingane noma eyiphi noma ekabani masengihleli nayo ngiba umngani nayo sixoze ize ikhululeke iveze konke okusesifubeni like le Yami yentombazane 15 yrs siyi friends kakhulu kangangoba akakwazi nokufihla umakhona oke washo okuthize kuye ayisho futhi ehleka ngoba uyazi uzothola I advise kulomngani wakhe ningathini na ukhule ethanda ukubuza angakuqondi Loko engikushilo mina yikona ke angeke esajikwa omunye umuntu ngandle kokuthi kuze kujike mina mesengibona ukuthi use ryt ukuthi alazi iqiniso laloko ngalesosikhathi ngyabathanda abantwana abasakhula