Ubungcwele buhle movement

Ubungcwele buhle movement Jobe 42 ve2 ngiyazi ukuthi ungenza konke alinakuvinjwa icebo lakho���

25/12/2022

Sibingelele ngomhla 25 December 2022 kulonyaka inkosi isenzelile okuhle yebo kwenzekile Kimi okubi lonyaka uqala February kwashona umama wami ongizalayo March kwashona ubaba wami kodwa kuwo lonyaka ngisakhala ujehova wanginika ithemba lami elizongesula izinyembezi Uma sbiya sothobe ungesulile izinyembezi ❤️ namuhla ngingufakazi ukuthi usomandla akakulingi ngokungaphezu kwakho noma okubi kulonyaka kwehlile empilweni yakho kokhona okuhle okukwehlele sethembe unyaka ozayo usiphathele okuhle egameni le group yethu ubungcwele buhle movement sikufisela ukisimuzi omuhle onezibusiso ujabule uzibheke ungakhohlwa umdali wakho uyaphila ❤️❤️❤️❤️🙏🙏🙏🙏🙏

20/10/2022

Isono usathane uyasigqokisa uyabona lesi sokweba ungasithatha kancane uzwe umuntu ethi angebi ebe eno gesi awutshontshayo engawu khokhelinkosi sisize🙏🙏

12/10/2022
23/09/2022

Iyanjabula i Royal AM ngoba Uma kuhlangene amaqembu ebhola amakhulu kzn edlala ikhona nayo kusasa uhlangana awase goli kwi makhufe cap nayo ikhona 😭😭😭🙏

22/09/2022

Ngokukamathewu.19vs26🙏kepha u Jesu ebabheka wathi kubo kubantu akunakwenzeka kepha kunkulunkulu kungenzeka konke🙏bahlobo ekuseni nje ngiya koshumayela emizini yabantu nginethemba elilodwa ukuthi noma abantu bangabona ujesu esisiza bethi kanjani singasebenzi saphumelela nje ithemba enginalo ukuthi okungenzeke kubantu kuye kuyenzeka😭😭🙌🏻🙏🙏

20/09/2022

Amen bangcwele sibonga umusa wenkosi yethu u Jesu ukusigcina kwaze kwamanje sibonga nokungena kwenu kulelikhaya lobungcwele buhle movement zizwe usekhaya syakwamuke🙌🏻🙏🙏🙏🙏

18/09/2022

Ngokukajohane 14vs14 Uma nicela utho engameni lami ngolweza 🙏simxusa imikhuleko sikhulekele izingane zethu ezisemkhosini womhlanga ukube u Jesu wethu azivikele ezingozini zendlela kulonyaka kungabikho neyodwa sicela wonke umuntu noma ekuphi akhuleke lomthandazo ngesho emasontweni pls🙇🙇🙌🏻🙏🙏🙏🙏

Address

Mandeni Gqumeni
Durban
THANKS

Telephone

+27785923568

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubungcwele buhle movement posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share